Nontobekoh Mbuyisa

Nontobekoh Mbuyisa

Share

Alikho ihlobo elincono noma elinemfudumalo elindlula elikamama

15/09/2022

Yazi πŸ‘‰ why ungangifuni ile information ewrong oyithola kubantu labangangufuni πŸšΆπŸ»β€β™€οΈπŸšΆπŸ»β€β™€οΈπŸ€™πŸ€ž

19/07/2022

Bengidinga umuntu esobambisana nayeh ebuhleni nasebubin ,bengithy makufika izinkingah soguqa sicele isixazululo kumdali kodwa kusobala ngithole ugombela kwesakhe uqobo ,izinyangah ezingu 9 ngihleli nomuntu sakha ubungani wenah ugcwele istradi nabangani bakho ungazi nakwazi ukuthy sizizwa kanjn namhlanje usufunah ukungiphuca konke lokho ? Yebo ngowakho ngokwegazi futhi angikuphikisi lokho kodwa wanquma kwesami isinye izinongwane zethu ziyazana kungani ufuna ukusihlukanisa? Uyakwazi umhelo wena? Bewukuphi ngimemeza onurse bangenza inhlekisa 😒ubukuphi ebusuku nemini sikhala sobabili? Egula ngehla ngenyuka nezibhedlela namhlanje sengimubi kuwe ? Ngish*tshe kanjn ngaba umuntu omubi kumntanami obeyigugu kim? Kuyo yonke leminyaka bengekho amanzi amponjwana? Ekukhuleni kwakhe ngangigedwa wawungasabeli impilo yomntanami ezandleni zami ? Bengidinga umuntu ozoma nami kusukela ngicala ukuzwa ukuthy ngizithwele kuze kube sekugcineni uphumaphi wena usuzolwa impi yengane ongayazi ikhule kanjn nabasakazi sengiphenduke umuntu omubi? Enganeni engayifukamela kusuka izalwa kuze kube yimanje, Gwala ndini uhlulwe izinqinamba zengane usubuyah ngoshuni wokuzohlukanisa iyithandani, kwabona labo bafakazi bayazi ukuthy ngiteta kwakungu win or loose impilo yam yayisencupheni bengingafa nokufa, xola babakhe ngyolwa nangezokugcina izithukuthuku zami .
Ngomntanami engimthande ngakho konke enginakho wenah ubusy ujaha iyketi emnyango
Namhlanje usuthi ingane yami ayingifanele 😩 usebenzisa utshwala engabucala mhla ngithi ngithiba inkinga owangifaka kuzo wenah 😏 kwakuthy ngyaphuzah ngafundah ngawe wangenza inhlekisa emphakathini kodwa akaze alale angadlile umntwana bengiwubaba ngiwumama kulengane namhlanje usubuya ngokusa kwakho ufunah ukuba umzali oqotho ongazi nokuthi ingane idlani
Mina bengifuna uthando lwakho ulunike ingane maselikuphelele olwami wakhetha ukuba undima sthebeni.
πŸ˜“β€οΈπŸ™

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Ermelo?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Category

Telephone

Website

Address


Daggakraal
Ermelo
2490