Imizi lemuli
We are all about dating, lifestyle, health and family
25/08/2025
ISINTU SITHI....
1. Umfana olale nentombazane eyisihlobo sakhe, uxolisa ngembuzi icala lakhe nobuhlobo buhlukaniswe ngembuzi.
2. Umfana isisu akasiphiki qobo noma ngabe uyabona ukuthi ingane akuyona eyakhe.
3. Umfana owaphika isisu noma umntwana uxolisa ngembuzi kubo kantombi.
4. Umfana akayali intombazane kepha intombazane emalayo umfana.
5. Uma umfana etholise intombazane umntwana, noma ngabe leyo ntombazane inabantwana abangaki kepha elakho icala kufanele ulihlawule.
6. Akukho ukuthi ngifice sekonakele vele seyizele le ntombi.
7. Umfana akaganwa yintombi endala kunaye.
8. Umfana akasondeli kumuntu wesifazane, uma lowo wesifazane esesikhathini.
9. Umfana akadli nomuntu wesifazane.
10. Umfana oganiwe onomuzi, oseyindoda uphakelwa ezitsheni ezimbili. Esisodwa esophuthu esinye isishebo.
11. Umfana onomuzi akadli kunoma isiphi isitsha. Unesipuni sakhe nositsha sakhe kanye nesihlalo sakhe yedwa.
12. Umfana oganiwe akaphuzi utshwala noMama.
Lna Lithonia?
Bobaba, eminye imibuzo ngama trap, be careful inzalo ka Eva idangerous๐๐
Aluqonde ulimi...... Communication is key
Bakhona vele abasalinda omdala adobhe inyama kumbe akusasebenzi lokho? ๐
Note, kukhulunywa labashadileyo kkkk lingahambi selizama ukupliza onqesta phandle LA kubi
Lingalungi kakhulu bomama...... Bayayithanda drama odaddy๐๐๐
02/08/2025
Shout out to my newest followers! Excited to have you onboard! Ndlovu Mncedisi, Nolwazi Gabadeli, Prisca Ndlovu, Vusi M Mdluli, Sibusiso Msimanga, Ntombizodwa Dube, Buhle Xaba, Agrinet Moyo, Sonia Ncube, Aggrippah Ncube, MaMinnie Ndlovu, Thobekile Mafu, Sthembiso Khumalo, Meli NaChele Ndazie Ndazie, Nonhlanhla Daliya Nkala, Duduzile Moyo, Mike Nare, Nkululeko Ndlovu, Sisasenkosi Jiyane, Nono Nonoza Crab, Jabulani Ndlovu, Micasa Michael, Wozani Leroy Dube, Yolanda Dube, Pasca Mpofu Lele, Panankosi Eastone Siwela, Nkosinathi Masuku, Nkosiyazi Nkala, Prisca Ngonya, Nothando Lillian Ncube, Sithabile Sithole, Sitshengisiwe Nkiwane, Thulani Ncube, Blessing Cele, Caroline Mathiya, Keisha Philips, Bongani Madlala, Makhue Patie MaVue, Nkosnomsa Ncube, Eunice Dlamini, Fakazi Nkala, Ruth Zondo, Zibusiso Moyo, Beauty Ndlovu, Ipha Ithule Mntungwa, Florence Dee, Judith Ngwabi, Mamoe Moyo, Patience Sikhue, Mabulala A Gwayi
UMjolo wona lingawuyeki siyophela siliphephethe ngamakhadibhokisi
Click here to claim your Sponsored Listing.
Category
Website
Address
Fourways
Johannesburg
2055
