Iziwasho ezinamandla

Iziwasho ezinamandla

Share

Njengoba izulu liphakeme kunomhlaba kanjalo imicabango yakhe ayifani neyethu.

15/08/2026

Ukugaya kwange 25 August 2026

Vote updated as at 15 August 2026

Induku yemali - 29 Vote
Amanzi'amnyama - 24 vote
Isiwasho somsebenzi- 13 vote
Induku yobusoka- 2 vote

Namhlanje isibalo sabavotele amanzi'amnyama senyukile, noma kunjalo induku yemali isahamba phambili.
Iziwasho ezinamandla

14/08/2026

Ukugaya date: 25 August 2026.

Amavoti wokugaya asami kanje:

Induku yobusoka - 2 vote
Amanzi'amnyama - 13 vote
Induku yemali- 20 vote
Isiwasho somsebenzi- 4 vote.

Induku yemali isahamba phambili okwamanje, Kodwa ke asazi izinsuku sizaningi.

Ngsacela labo abavotele izinduku ezimbili bangehlukanisele bafake ivoti elilodwa. Awabo amavoti angikawabali okwamanje.

Iziwasho ezinamandla

14/08/2026

Induku engzoyithaka ileyo ezovotelwa kakhulu:

1 Induku yobusoka
2 Amanzi'amnyama
3 Induku yemali
4 Isiwasho somsebenzi.

Leyonduku ezovotelwa kakhulu ngzoyibophela niyibone ebese nginigayele yona ngiyikhiphe ngemali encani mhlampe ngo R100.

Ngibe ngibophele izinduku ezibheke ko 45.

Ngenkathi bebaningi abantu abayifunayo ngzokwehlisa price.

Ngakho-ke please share this post to your groups.

Usuku lokugaya:

25 August 2026

10 People will get it for free.

Sizovota lapha kuleli page. WhatsApp group ngzoyenzela labo abanesiqiniseko sokuthi bayayidinga after amavoti.

Vote updated as at 15 August 2026
Induku yemali - 29 Vote
Amanzi'amnyama - 24 vote
Isiwasho somsebenzi- 13 vote
Induku yobusoka- 2 vote

Namhlanje isibalo sabavotele amanzi'amnyama senyukile, noma kunjalo induku yemali isahamba phambili.

NB! Ngicela uvotele induku eyodwa okwamanje.
Iziwasho ezinamandla

13/08/2026

Emakhosini, eyiphi induku enifisa nginithakele yona?
Iziwasho ezinamandla

13/08/2026

Oyidingayo lenduku nozaziyo ukuthi uxakeke ngendlela eyismanga uhlushwa islwani akasebenzise lenduku nayi link ye page.
https://www.facebook.com/share/p/14kT34DizcY/

12/08/2026

Induku yomdliwa!
1 Jundu mlahleni
2 mthathi
3 Mlahlankosi
4 Mpila
5 Mpunyu
6 Sqiki somkhovu both gender
7 amanzi'amnyama amancani namakhulu
8 Mnganu
9 Mabopha omkhulu
10 Mhlakaza
11 Qedubuhlobo
12 Mdandlovu
13 Mkhondweni
14 Mvuthuza
15 Impinda zonke
16 Squnga satikoloshe
17 Nukani
18 Mnyamathe
17 slepe
18 Maysaka black
19 Mbiji khubalo
20 Mathinta
21 uQhume
22 Abangqongqozi
23 isnama

Gqula lemithi ibeyimpuphu.
Thatha inkukhu emnyama Kanye nakhandlela awu 2 black n Red, izinaliti nama Razor.
Black and red wool.

shanela izibi zasendlini yakho.
Thatha igazi lasevalweni, phezulu kwamadolo, phezulu konyawo, ezansi kweziphanga, igazi lasezihluzini. Uma uthatha igazi usebenzisa ilabatheka elisikwe u half.

Kwilabatheka elinegazi lakho hloma izinaliti eziwu 7 zibheke phezulu.

Hlinza inkukhu uyivule emhlane ufake ilabatheka Lelo elinegazi, ufake nezibi lezo engithe zishanele.
Ebese uthele umuthi
Leyonkukhu yibophe nge wool emnyama izinsila zakho zivaleleke phakathi.

Phalaza phezu kwayo njengoba kusemgodini. ukhulume uthi yonke imiboya emibi engilandelayo, islwani, izipoki, omantindane, otikoloshe nomdliwa namhlanje ngyazivala zingaphinde zingilandele. Wonke umuntu ongenza okubi uzongithola lapha naku lapho esengakhe khona.

uzogeza phezu kwalapho ebese uhambe ungabheki ngasemuva. Mawufika ekhaya ugqume ngayo lenduku uphalaze for 3 days.

Ngyatholakala e Early Morning Market eThekwini
okude ngyamposela Kwa PEP or Taxi
My number 0629784209
uMthandazi Wezimanga
Eseyenziwe induku iwu R500

11/08/2026

Uma ungafundisekanga ekhaya ukuthi umhlaba uyahlonishwa. Kubhidlika nalokho obusukwakhile.

11/08/2026

Ithiwani into mayinje?
Should he forgive or divorce?

11/08/2026

😐😐

11/08/2026

Umdliwa uwuqeda nyaa umndeni kuhlupheke nesizukulwane.

Umdliwa uyini futhi ufika kanjani?
Kungumoya omubi owenziwa ngenhlanganisela yamakhambi, amathambo ezilwani ezingcolile njengano Tikoloshe, umkhovu Kanye nembulu no Xamu.

Kuyenzeka ekhaya makukhona umuntu owahamba waya enyangeni ngenhloso yokuyofuna umncebo inyanga imnikeze isgubhu imthwmbise konke okuhle Kodwa ingamtsheli imiphumela yalento.

Asithathe lesosgubhu umuntu asishisele impepho njengoba es**e eyaleliwe yinyanga yakhe, asihlabele inkukhu noma imbuzi Kube ukungena kwawo umdliwa edlozini.

Umuzi onalohlobo lwesilwani kuyahlushekwa, akusebenzi muntu, kuze kudilike nezindongo zomuzi.

Angane phela lento s**e ingasalawuleki isilala nabo bonke abantu balayikhaya besfazane, uthole ukuthi abagani kanjalo abesilisa abaganwa.

Yebo ngyavuma iyaliphakamisa I business kuloyo owayithatha, Kodwa abanye iyabacindezela ekhaya kuzaleke izingane ezingaphili Kahle ngokomqondo.

umnikazi walento uma esashona noma engasayigcini imithetho yayo lento ixosha nedlozi ekhaya kubuse yona.

Number 2

Umdliwa uyafakwa abathakathi ngenhloso yokubulala umuzi wabantu. Ekhaya kuchitheke igazi, kubenezingozi.

Ngingaxoxa kushone ilanga ngalento okubaluleke kakhulu ukuthi siwubona kanjani futhi ungasizakala kanjani.

Follow my page ngzozibhala izinduku ekfanele uzithenge ukuze usizakale

Want your business to be the top-listed Beauty Salon in Pretoria?
Click here to claim your Sponsored Listing.

Telephone

Website

Address


91 Blinkbonnie Road
Pretoria
4091