Umbono wama
To build a new country
Inkinga ebhekene nezingane ezizalwa ngaphantsi kwesimo sokudlwengulwa bakhula bephila ngaphantsi kwengcindezi enkula okokuqala akasazi isibongo sakhe futhi nomama wakhe uyamzonda embuka njenga nomuntu owamqedela ikusasa lingaka qali kugcina sekuvela ngamagama athi lengane ye reyiphuðŸ˜ðŸ˜ðŸ˜ðŸ’”💔 kodwa akusilona iphutha lengane lokudlwengulwa kukanina ngicela nomangabe ubenengane ngokungentloso zam ukuyithanda iyoba utho ngelinye ilanga
Nam umbono wam indlela eya empumelelweni inzima kulelizwe sifuna ushintsho kodwa alukho inkinga abaphethe izwe abayiboni lento esiyibonayo.okokuqala phambili nge operation dudula enye yendlela zoku shintsha izwe unobangela womnotho ongakhuphuki yilabantu bangs tekswa bayithatha yonke imali yeningizimu africa bayokhuphula awabo amazwe kodwa makunga tshintswa wonke lamakhehla agcwele epalamente kungalunga
Nam umbono wam into engangiphethe kahle ukulahleka kwesintu sethu sibuka abantu balehlekelwe amahloni ngaqala ngakhuza abantu abaphatha upelepele emngcwabeni,kuthe kusenjalo abantu badimanda amasalati,tshwala baphinde bangezi uma ungakhulekanga inkomo bayaphi ubuntu kubantu.ngiyayesaba I colonisation yasicindezela umqondo nam umbono wam
Nam umbono wam ngiyalizonda ilanga lasebusika liveza amhlazo
Umbono wama Send a message to learn more
Okuhle akuvamile ukuphela kahle uthando lwababini abantshontshanayo luhle kubo ekugcineni lihlukumeza avanti abathathu baphele sebewu five kulobuhlungu kanti ngikholelwa ukuthi injabulo yokho ayingamhlukumezi omunye umuntu kukuhle bejabule kuno 3months umlingane engekho Zijike izintoðŸ˜ðŸ˜ðŸ’”kuqale ubuhlungu kubo usezithwele owesifazane owesilisa akazingeni ngoba uganelwe injabulo iphenduke izinyembeziðŸ˜ðŸ˜acabange iqinga lokuphuma kulento owesifazane 😄😄azigulise avakashele umlingani wakhe emuva kwentsuku ezimbili ekhona babuse kudokotela bathole ukuthi ukhulelweðŸ˜ðŸ˜ðŸ’”ahlukumezeke umuntu wesithathu kuloluthando aphinde athole ukuthi unegcewane lusandulela ngculazi uma e thesta umlingani akanalutho bathi abuye emva kuka six weeks bayebuya naye athole ukuthi u positive indoda imxoshe yehlukanenaye ihlukumezekile injalo.abuyele emuva..soqhubeka ngabantu ababili abahlukunyezwa injabulo yababili
Nam umbono wam lelizwe lethu lalilihle ngaphambili kokufika kwabelungu basimoshela izwe lomkhulu labantu ngoba basigcindezela engqondwe abagcinanga lapho basithathela konke okuyigugu kithi nje ngohlaba imfuyo nokunye njengobani ongathatha isibuko akunike inkomo badlala ngokhul labantu balimosha okokugcina sebevumelana nomandela ngathi kanthi naye vele ingindezelo yayimbambile emgqondweni engaboni kodwa thina sibona abasemandleni ukuthi badlala ngathi Cha sebeyaqedelela bona kudala kwadlalwa ngabantu futhi basasebe zela abelungu noma bethi baphethe ngokwami alisobuye liphinde libuye lilunge izwe azilime ziye etsheni
Nam umbono wam webantu besifazane naze nasidicilela phantsi isithunzi yini let eyenza umuntu Uma ekewak ukhulumisa usuyomcela drink Air time s**a ukuzehlisa isithunzi zayaphi leziya ntombi ekwakuphela iteku ushela Uma uwumuntu wesifazane uzibuze nayegejA phi
Nam umbono wam Intle impela lento yokuhlolwa kwezintombi isiza ingane zikhule ziziqhenya ngobuntombi bazoo futhi yenza isithunzi emntwini we sifazane kodwa engathi kukhona lakuhlukumezeka khona ilungelo labo uxolo ngaloku kodwa Umbono wama Lo umuntu ahlale 25years ehlolwa Uma eseshada ahlangane nomakade enethwa azomthelele ngokugula bekumele kubekhona nendlala yokwenza abesilisa nabo bazigcine kodwa lutho akulungiswe Loku ukuze kwekheke I ningizim Africa
Lendaba ingani ngempela kungenzeka ukuthi ngenxa yokuthanda iANC sakhohlwa ukubheka umholi ongaphatha izwe seliku ekhona Lo baba ngabona upetrol unyuka nje NGO flawa oxoviwe imisebeni kuphela nale ekhona Kanti uzoshabalalisa abamnyama yin kutheni engathi uyi remote la baba bayamsebenzisa thina sihluphekile yena usivalela ezindlini asisakwazi nokuyo Zama amathoho yiluphi ushintsho ezenalo lobaba cha akasale esethsela izwe kwenzekani emarikane Kahle kahle wayekuphi kuliwela izwe ngambona esebambele uMandela I umbrella ngingamazi emlandweni wokulwela inkululeko nam Umbono wama
Ngingemuntu nam akengiveze Umbono wama ngamakhosi agimbela kwesawo akhohlwe abantu ababaphethe kuqala nje phambili ngomzabalazo e swatini Nathi sizongena entlangwini maduzenje.mbulali wobabomkhulu siqalekiso sabahluphekayo mgano hlathi asathi Liza nethuthuko Kanti Liza nentlupheko kuthiwa I ( umbrella)yentlabgwini yonke Kanti amanga lawo I umbrella yo jaca no Ndabezitha thina sitholani kulelihlathi lutho kumele sisukume ntlangwini sifune umhlaba womkhulu othengiswe amakhosi
Alerts
Be the first to know and let us send you an email when Umbono wama posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.
Subscribe
We will notify you when anything happens in Signal Hill.